Land Area 366 m²
Rates R 609
Ungahlala, ubuye uthole enye imali emqashweni ongemuva
Lomuzi muhle, use 13 Embali. Unamakamero amathathu, ikhishi elinamakhabethe, I lounge, dining room Kanye ne bathroom enobhavu, usinki, toilet ne garage.
Bese kuthi ngemuva, kune out building enamakamero amakhulu , amabili, Kanye ne bathroom ene shower, ne toilet.
Igceke likhulu futhi lihlanzekile.
Uma ufisa ukuwubona ngithinte , sixhumane.
Henwood and Katz Real Estate (Pty) Ltd t/a RE/MAX Midlands. A franchise of RE/MAX of Southern Africa.
Key Property Features
5
Bedrooms
2
Bathrooms
1
Dining Areas
1
Garages
1
Lounges
4
Open Parkings
✔
Family Tv Room
✔
Garden
✔
Paving
✔
Pet Friendly